
The Tower of Babel (Genesis 11: 1-9)
isiZulu (Zulu)
- Umhlaba wonke wawunolimi lunye nokukhuluma kunye.
- Kwathi ekusukeni kwabo empumalanga bafumana ithafa ezweni laseShineyari;
bakha khona.
- Base bethi omunye komunye: "Wozani, ake senze izitini, sizishisise."
Izitini zaba ngamatshe abo, nebitume laba ludaka lwabo.
- Bathi: "Wozani, asakhe umuzi nombhoshongo osiqongo sawo sisezulwini,
sizenzele igama, funa sihlakazeke ebusweni bomhlaba wonke."
- UJehova wehla ukuba abone umuzi nombhoshongo okwakhiwa ngabantwana babantu.
- UJehova wathi: "Bheka, bonke basizwe sinye nolimi lunye; yikho abaqala
ngakho; manje abayikunqanyulelwa lutho abahlosa ukulwenza.
- Wozani sehle, siye ukusanganisa ulimi lwabo ukuba bangezwani, kube yilowo
nalowo ulimi lomunye."
- Kanjalo uJehova wabahlakazela emhlabeni wonke, bephuma lapho; bayeka
ukwakha umuzi.
- Ngalokho igama lawo lathiwa iBabele, ngokuba uJehova wasanganisa khona ulimi
lomhlaba wonke; wabahlakazela emhlabeni wonke.
Information about the Zulu language
Zulu language learning materials
Tower of Babel in Niger-Congo languages
Bemba,
Ewe,
Fulani,
Igbo,
Lingala,
Ndebele,
Shona,
Southern Sotho,
Swahili,
Tsonga,
Tswana,
Wolof,
Xhosa,
Yoruba,
Zulu
Tower of Babel in other languages
Learn Chinese Characters with the Omniglot Chinese app